Contents
Academic literature on the topic 'Universties and colleges'
Create a spot-on reference in APA, MLA, Chicago, Harvard, and other styles
Consult the lists of relevant articles, books, theses, conference reports, and other scholarly sources on the topic 'Universties and colleges.'
Next to every source in the list of references, there is an 'Add to bibliography' button. Press on it, and we will generate automatically the bibliographic reference to the chosen work in the citation style you need: APA, MLA, Harvard, Chicago, Vancouver, etc.
You can also download the full text of the academic publication as pdf and read online its abstract whenever available in the metadata.
Journal articles on the topic "Universties and colleges"
Sugandi, Lianna, and Yohannes Kurniawan. "The Influence of Information Technology on the Information and Service Quality for the Teaching and Learning." International Journal of Emerging Technologies in Learning (iJET) 13, no. 12 (December 20, 2018): 230. http://dx.doi.org/10.3991/ijet.v13i12.8665.
Full textWu, Chun Mei. "An Empirical Study on the Effectiveness of Self-Access Language Learning and its Autonomy Based on Self-Access Center." Advanced Materials Research 171-172 (December 2010): 609–12. http://dx.doi.org/10.4028/www.scientific.net/amr.171-172.609.
Full textJohn, Theresa, and Luther Agaga. "Nigerian Medical Students at Lagos State Universtity College of Medicine (LASUCOM) Learn With Information Communication Technology." FASEB Journal 29, S1 (April 2015). http://dx.doi.org/10.1096/fasebj.29.1_supplement.lb466.
Full textFouche, Ilse. "A Multi-Island Situation Without the Ocean: Tutors' perceptions about working in isolation from colleagues." International Review of Research in Open and Distributed Learning 7, no. 2 (September 28, 2006). http://dx.doi.org/10.19173/irrodl.v7i2.295.
Full textDissertations / Theses on the topic "Universties and colleges"
Wong, Pui Shan Patrica. "A study of the text-image relations of health warnings on cigarette packets and their effectiveness among universtiy student." HKBU Institutional Repository, 2008. http://repository.hkbu.edu.hk/etd_ra/950.
Full textUys, Marie. "A human resource practitioner framework to support the engagement of academics in research ethics." Thesis, 2021. http://hdl.handle.net/10500/27545.
Full textHierdie studie ondersoek akademiese navorsers se verbintenis tot navorsingsetiek by ’n oopafstandleerinstelling (ODL institution) in Suid-Afrika met die voorneme om ’n manier te vind waarop nslikehulpbronbestuurspraktisyns (MHB-praktisyns) wat by dieselfde instelling werksaam is, akademiese navorsers se verbintenis tot navorsingsetiek kan ondersteun. Die studie se oogmerk was om ’n konseptuele raamwerk vir MHB-praktisyns te ontwikkel om akademiese navorsers se verbintenis tot navorsingsetiek by ’n pafstandleerinstelling te ondersteun. Vir hierdie kwalitatiewe studie is ’n Interpreterende Fenomenologiese Ontledingsbenadering (Interpretative Phenomenological Analysis [IPA] approach) gevolg. Data is by 13 doelbewusgeselekteerde akademiese navorsers, werksaam by ’n oopafstandleerinstelling, ingesamel deur middel van migestruktureerde- individuele onderhoude, naïewe sketse en veldnotas. Die Interpreterende Fenomenologiese Ontledingsbenadering bied ’n ntledingsmetode wat dienooreenkomstig gebruik is. Hierna is die bevindings met die werk- vereistes-hulpbronneteorie (job-demands resource [JD-R] theory) geïnterpreteer. Hierdie interpretasies is gebruik om die konseptuele raamwerk te ontwikkel volgens die organiseringsbeginsels van Dickhoff, James en Wiedenbach (1968). Akademiese navorsers beskik oor ’n paar hulpbronne wat ’n verbintenis tot navorsingsetiek ondersteun, maar word ook met verskeie werkseise gekonfronteer wat ’n negatiewe invloed op hulle vermoë om hul tot navorsingsetiek te verbind, kan hê. MHB-praktisyns speel ’n kritiese rol om akademiese navorsers te ondersteun ten opsigte van hul verbintenis tot navorsingsetiek deur ’n werksomgewing te fasiliteer waar werkshulpbronne geredelik beskikbaar is. Verder moet die oopafstandleerinstelling ‘n gebalanseerde etiese organisasiekultuur onderskryf om akademiese navorsers te help om hulle te verbind tot etiese navorsing. MHB-praktisyns speel ’n noodsaaklike rol om ’n etiese kultuur binne die ODL- instelling te ondersteun. Akademiese navorsers, sowel as die oopafstandleerinstelling, sal baat vind by die bevindinge. Die ondersteuning wat MHB-praktisyns bied, behoort onder meer die volgende in te sluit: a) om ’n werksbegeesterde leierskapstyl moontlik te maak; b) om te verseker dat etiese waardes by die werwingstrategie ingesluit is; en c) om die prestasie-ooreenkomste en prestasiebeoordelings van akademiese personeel te hersien om navorsingsetiek in te sluit.
Lolu cwaningo lwacubungula ukulandela nokusebenzisa kwabacwaningi inkambiso yocwaningo enhle nelungileyo esikhungweni seMfundo-buqama Evulelekile (ODL), phecelezi, i-Open Distance Learning institution eNingizimu Afrika (SA), ngenhloso yokuthola indlela engasetshenziswa ngabasebenzi abangongoti bezokuphathwa kwabasebenzi (HRM), abaqashwe esikhungweni leso, ukweseka ukulandela nokusebenzisa kwabacwaningi bezikhungo zemfundo ephakeme inkambiso yocwaningo enhle nelungileyo uma benza ucwaningo. Inhloso yalolu cwaningo kwabe kuwukwakha okuthuthukisa uhlaka-kuhlaziya lokuqonda olwenzelwe abasebenzi be-HRM ekusekeleni abacwaningi bezikhungo zemfundo ephakeme ukuze bakwazi ukulandela nokusebenzisa inkambiso enhle nelungileyo uma benza ucwaningo esikhungweni esiyi-ODL eNingizimu Afrika. Kulolu cwaningo olwabe luwucwaningo olugxile ekuxoxisaneni okunzulu futhi okunohlonze nababambiqhaza bocwaningo bakhethiweyo abayingcosana (qualitative research) kwalandelwa indlela-kuhlaziya egxile kwisimo-kuqonda sombambiqhaza ocwaningo, phecelezi i-Interpretative Phenomenological Analysis (IPA). Imininingo yocwaningo yaqoqwa kubacwaningi bezikhungo zemfundo ephakeme abayi-13 abakhethwe ngenhloso, kusetshenziswa indlela-kuxoxisana engagcini nje kuphela ohlwini lwemibuzo ehlelekile, kepha elandelisa nangeminye imibuzo evulekile, phecelezi ama-semi-structured individual interviews, nemidwebo elula kanye namanothi athathwe endaweni okwenzelwa kuyona ucwaningo. Indlela-kuhlaziya i-IPA ihlinzeka ngendlela yokuhlaziya okuyiyona eyasetshenziswa ocwaningweni. Emuva kwalokho imiphumela eyatholakala ocwaningweni yahunyushwa kusetshenziswa ithiyori i-Job-Demands Resource (JD-R) theory. Ngokusho kuka-Dickhoff, James no-Wiedenbach (1968) lezi zihumusho zabe sezisetshenziselwa ukwakha uhlaka-kuhlaziya lokuqonda. Abacwaningi bezikhungo zemfundo ephakeme banazo izinsiza-kusebenza zokulandela nokusebenzisa inkambiso yocwaningo enhle nelungileyo, kodwa-ke zikhona futhi nezingcindezi-zidingo zomsebenzi eziningana ezinomthelela ongemuhle emandleni abo okulandela nokusebenzisa inkambiso enhle nelungileyo uma benza ucwaningo. Abasebenzi be-HRM banendima esemqoka kakhulu okumele bayidlale ekwesekeni abacwaningi bezikhungo zemfundo ephakeme ekulandeleni nokusebenzisa inkambiso enhle nelungileyo uma benza ucwaningo, ngokuthi bakhe isimo sokusebenzela lapho ziyinala futhi zitholakala kalula izinsiza-kusebenza. Ngaphezu kwalokho isikhungo esiyi-ODL kumele kube ngesizinzile nesihleleke kahle, esiphumelelayo futhi eseseka usiko-mpilo lwenkambiso enhle nelungileyo ngaphakathi kusiko-mpilo lwaso njengenhlangano, ukuze abacwaningi bezikhungo zemfundo ephakeme bakwazi ukulandela nokusebenzisa inkambiso enhle nelungileyo uma benza ucwaningo. Abasebenzi be-HRM banendima esemqoka okumele bayidlale ekwesekeni usikompilo lwenkambiso enhle nelungileyo ngaphakathi esikhungweni esiyi-ODL. Imiphumela etholakale ocwaningweni izohlomulila abacwaningi bezikhungo zemfundo ephakeme iphinde futhi ihlomulise nezikhungo eziyi-ODL. Ukwesekwa okuhlinzekwa ngabasebenzi be-HRM kumele kubandakanye, phakathi kokunye, a) ukwakhiwa kwesitayela sobuholi senzebenziswano, ubambiswano nokubonisana b) kuqinisekisa ukuthi izimo-mpilo zenkambiso enhle nelungileyo ziyisisekelo seqhingasu lokuqashwa kwabasebenzi, kanye c) nokubuyekezwa kwezivumelwano zensebenzo kanye nokuhlolwa nokubuyekezwa komsebenzi wabasebenzi bezikhungo zemfundo ephakeme ukuze kubandakanywe inkambiso enhle nelungileyo. Lolu cwaningo luyingxenye yeqoqwana elincane lomsebenzi osuwenziwe kuze kube manje wocwaningo olugxile ekuxoxisaneni okunzulu futhi okunohlonze nababambiqhaza bocwaningo abakhethiweyo abayingcosana okuhloswe ngalo ukuphenya nokucwaninga i-WE, kusetshenziswa ithiyori i-JD-R njengohlaka lwethiyori yocwaningo. Ngaphezu kwalokho, lolu cwaningo luyivulandlela ekucubunguleni indima engadlalwa ngabasebenzi be-HRM ekwesekeni ukulandela nokusebenzisa kwabacwaningi bezikhungo zemfundo ephakeme inkambiso enhle nelungileyo uma benza ucwaningo. Lolu wucwaningo lokuqala olusebenzisa indlela-kuhlaziya i-IPA emkhakheni wamaSayensi Ezokuphatha ngenhloso yokuphenya nokuhlola i-WE kusetshenziswa ithiyori i-JD-R njengethiyori yokucubungula umsebenzi wocwaningo. Kwaba negalelo elikhulukazi impela ukusetshenziswa kwemigomo yokuhlela ka- Dickoff nabanye (1968), ekwakheni nokuthuthukisa uhlaka-kuhlaziya lokuqonda ngenhloso yokuchaza i-WE ngokuhambisana nethiyori i-JD-R
Human Resource Management
D. Phil. (Human Resource Management)
Kercival, Claudette. "Experiences of end-users of the Research Commons as a learning space: a case study of the Howard College Library." Thesis, 2011. http://hdl.handle.net/10413/5199.
Full textThesis (M.Ed.)-University of KwaZulu-Natal, Pietermaritzburg, 2011.
Books on the topic "Universties and colleges"
Ontario Council on University Research. A sampling of success stories of provincial investment in universtity research. Toronto, ON: Council of Ontario Universities, 2002.
Find full textManaging Institutional Self Study (Managing Universties & Colleges: Guides to Good Practice). Open University Press, 2005.
Find full textManaging Institutional Self Study (Managing Universties & Colleges: Guides to Good Practice). Open University Press, 2005.
Find full textDirectory of Music Faculties in Colleges and Universties, U.S. and Canada, 1997-98 (Serial). Cms Pubns, 1997.
Find full text